Ukholo lweqiniso lwenza umehluko

True faith makes a difference Ukholo lweqiniso lwenza umehluko ikhorasi yencwadi ekaJakobe. Kwinkolo ‘yoBukhrestu’ lapho abaningi bezishaya Amakhrestu kodwa beyingcosana aphila ngokwangempela ngendlela ehlukile kunalo mhlaba, lenkulumo esobala efingqiwe yencwadi ekaJakobe iyinsika yokholo lweqiniso—ukholo lweqiniso lwenza umehluko. Isibonelo, kwabaseFiliphi 2:14-15 basikhombisa indlela amakholwa eqiniso angakhonondi ngayo njengezwe. Esinye isbonelo salokhu

Intshumayelo yezifundo evela kuJesu

A Sermon of lessons from Jesus Kuhlezi kukuhle ukukhumbula amazwi kaJesu Khristu, iNkosi futhi uNkulunkulu wethu, awakhuluma ngesikhathi eshumayela “kwintshumayelo yasentabeni”. Okulandelayo inkulumo Yakhe efingqiwe yezigaba ezehlukene ze “Ntshumayela yaseNyabeni”. Lokhu kufake enhlizweni, wazi ukuthi uJesu unendaba nathi namhlanje, futhi amazwi Akhe eminyaka eyizi-2000 edlulile asayiqiniso namhlanje ngokufanaya nakuleyaminyaka. Isibusiso

Ukukhululwa lapho ungaphansi kwengcindezi

Relief during Distress Ekucindezelweni wangenzela indawo ebanzi; yiba nomusa kimi, uzwe umkhuleko wami. Ihubo4:1 Angithi lobu wubufakazi nesicelo sekholwa ngalinye? UNkulunkulu wasinikezela ukukhululeka lapho sasingaphansi kwengcindezi, kodwa sisaqhubeka nokuyicela indlebe Yakhe elalelayo nomusa Wakhe onakekelayo. Ngisho ngabe ukuba ngaphansi kwengcindezi kuyinto eqhubekayo, sisathola ukukhululwa okuningi kuNkulunkulu wethu. Usahlukanisele kuQobolwakhe futhi

Funa Ukuqonda

Seek Understanding Kwinnkulumo lapho kuphikisanwa khona, umehluko phakathi kwenkulumo ehamba kahle nokulwa, ngokuvamile uba sekutheni labo abayingxenye yayo ngokwezinga lokucabanga basuka kanjani phakathi “kolwazi” no “kuqonda”. Umuntu ohlakaniphile uzohlezi ebeka ukuqonda ngaphambi kolwazi, ebuka ukuqonda njengokhiye wokufinyelela olwazini. Akacabangi nje kuphela ngalokho aswekwazi vele nasekuqonda, kodwa ngengxoxo ecabangisisiwe uzofinyelela ekuqondeni

USimakade uyayazi indlela yabalungileyo,

The LORD knows the way of the righteous Ngokuba uSimakade uyayazi indlela yabalungileyo, IHubo1:6 Lapho uphila ngendlela ephambene nazozonke izinto lelizwe elizigqugquzelayo, izeluleko zalo, namaphupho alo, iNkosi iyazi. Lapho uqhubekela ebungcweleni ngisho nalapho isono sikhangiswa phambi kwakho, iNkosi iyazi. Lapho uthwele ihlazo lalabi abadelela iNkosi esidlangalaleni, behlekisa ngokukholwa kwakho, nobungcwele

Isizotha kubona bonke abantu

Show perfect courtesy toward all people Yiba nesizotha ngokuphele kubona bonke abantu -UNkulunkulu Abazali bethu babejwayele ukusifundisa ukuba sizothe, ukuziphatha kahle , nokuhlonipha abanye abantu. Safundiswa ukuba singadeleli, singabi nomhobholo, noma silahlekelwe yinhlonipho. Zonke lezizinto zichaza indlela yethu esenza ngayo siphinde sikhulume ngayo nabanye abantu. Lezizinto zinzima ukuzifaka ebantwaneni bethu,

Amakhrestu angesiwo ngempela Amakhrestu

Christians who are not really Christians Ngokungenje ngezikhathi zomlando webandla ezazigqame ngokuzingelwa, abandla ethu isikhathi esiningi aqukethe abantu abazishaya ukuba ngaMakhrestu, mhlawumbe futhi bavuthiwe ngaphezu kwabanye, kodwa abangesiwo Amakhrestu nhlobo. Singaba nobunye obukhulu namakholwa eqiniso avela kwizimpilo ngokwehlukana kwazo, kodwa yini esiyenzayo ngalawo ‘Makhrestu’ afundisa izinto ezingebona uBukhrestu, enza izinto

Isineke esikhulu ekuzuzeni isineke

Too Patient in gaining Patience Kuyinto eyidida nokho ukuthi isineke yinto esithanda ukuthi sibe nesineke kakhulu ukuzama ukuyifunda. Singathanda ukuba abantu abanesineke, kodwa sibukeka engathi asinakho Kubuhlakani bakhe baseZulwini, uSolomoni uqinisekisa ukuba phezulu kwesinike emhlabeni ogcwele iziwula ezinempakamo. Onomoya wokubekezela ungcono kunalowo onowokuzidla. Umshumayeli7:8b Isahluko esidumile esikhuluma ngothandazo siyaqinisekisa ukuthi

UJesu uyabuya

Jesus is Coming Kukona konke ukuqhubeka okuyize kwempilo yakulomhlaba okubukeka kuyize, ungalishayi indiva iqiniso lokuthi uJesu useza. Ngelinye ilanga, indlela ejwayelekile impilo ehamba ngayo izoma, ngoba uJesu uzoza ashintshe yonke into.UJesu uyeza. Ngoba uJesu uyeza, ungadikibali ohambweni lwakho loBukhrestu (Isambulo 3:11) Ngoba uJesu uyeza, hlala njalo ukulungele ukufika Kwakhe, wembethe

Umshado: Umjaho kwintobeko

Marriage: A race in humility Izwe lithi kubusisekile ukwamukela kunokupha, kodwa iBhayibheli ngokusobala lisho okuphikisana nalokho. Ihubo 68 likhombisa ukuthi uNkulunkulu Qobolwakhe unguNkulunkulu ophayo. Izenzo 20:35 ziyasikhumbuza ukuthi uJesu waqinisekisa iqiniso lokuthi kubusiseke kakhulu ukupha kunokwamukela. Umshado uhlelwe ngehloso efanayo—ukusiholela endleleni ebusisekile yokupha ngaphezulu kokuba ssamukela. Incwadi abase Efesu 5:25