Icebo leviki lonke lokuhamba ngokwesaba uNkulunkulu– ngokufingqiwe

A weekly plan for godliness-overview

Ngisho nomhlaba uyakubona ukuthi “Ukungabi nalo icebo, ukwakha icebo lokungaphumeleli.”

Uma kuziwa ngasekubeni ngobunkulunkulu, lokhu akushayi eceleni kweqiniso “nokho zejwayeze ukumesaba uNkulunkulu, ngokuba ukuvocavoca umzimba kusiza kancane, kodwa ukwesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, futhi kunesithembiso kulokhu kuphila nakulokho okuzayo. (1 KuThimothewu 4:7b-8)

Yenza icebo lokuzigcina usesimweni esinempilo sikamoya kwimpilo yakho yansuku zonke yokwesaba uNkulunkulu. Uma ungakabi nalo icebo, noma ungathanda ukulishintsha kancane, nali eliveza uhlele olubanzi lokuhlakanipha okungokweBhayibheli!

NgoMsombuluko: FUNDA UGCINE IVESI EMQONDWENI

NgoLwesibili: GCINA UMTHETHO OTHILE

NgoLwesithathu: DLINZA NGEZWI

NgoLwesine: FUNDISA OMUNYE UMUNTU

NgoLwesihlanu: KHULEKA ISIKHASHANA ESIDE

NgoMgqibeli: YENZA ENYE INTO

NgeSonto: IYA ESONTWENI

Ngeviki lonke elizayo, ozokwenza ngosuku ngalunye kuzochazwa. Lokhu kuzothatha ukuzivocavoca ukuze ukujwayele, ngakho thola umngani onguMkhrestu ukuthi ahlanganyele nawe!

zejwayeze ukumesaba uNkulunkulu,

kunesithembiso kulokhu kuphila

nakulokho okuzayo!

Scroll to Top