Icebo leviki neviki lokubangcwele-ULwesithathu

A Weekly Plan for Godliness – Wednesday

nokho zejwayeze ukumesaba uNkulunkulu, ngokuba ukuvocavoca umzimba kusiza kancane, kodwa ukwesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, futhi kunesithembiso kulokhu kuphila nakulokho okuzayo. 

1 Timothy 4:7b-8

ULwesithathu: DLINZA NGEZWI

othokoza ngoMthetho kaSIMAKADE, azindle ngawo imini nobusuku.

IHubo1:2 

Ngizozindla ngeziyalezo zakho, ngizihloniphe izindlela zakho.

IHubo119:15

Ukudlinza kuwukuba nenhloso yokubuyisa emqondweni lokho okufundile eZwini likaNkulunkulu. Nansi indlela yokulekelela ukudlinza kwakho ngeZwi futhi uze uxhumane nomunye umzalwane ngokwenza kona lokhu.

  1. Buyekeza insthumayelo yangeSonto. Funda incawdi okwakushunyayelwe kuye ngeSonto ophuma kulo. Bona ukuthi ungayikhumbula yini incwadi ekushunyayelwe kuyo, namaphuza owanikiwe ukwenza lokho okufundile kwincwadi ebivuliwe.
  2. Thumela umyalezo omfushane komunye obekhona naye enkozweni kade kuthulwa lomyalezo bese uhlola lokho okukhumbulayo ngalokho yena akukhumbulayo.
Scroll to Top