Imisho ekhuthazayo emifushane enikezela ngenkulumo ephelele necacile ifake kwababuthaka amandla okuphumelela  kwizinhlobo ezahlukene zemizamo yokuphumelelisa amaphupho abo. Inqwaba yezindaba ekhona lapho khona labo abangacatshangwa kwakucatshangwa kube yibo abakhulayo babe ama-CEO, labo abacindezelwe babe abasindisayo, labo abangamavila badlondlobale babe ngamaqhawe

Lokhu kuyiqiniso nasemsebenzini kamoya. uJosefa owayengomncane kubafowabo waba yisigqila wase eba yisikhulu esiphezulu eGibhithe. Umfanyana owayengumelusi waba yiNkosi uDavide. Isigqila esasibalekile saba wuOnesimu owusizo. Umzingeli wabakholwayo waba nguMphostoli uPawuli.

KwabaseRoma 12:11 sithola imisho emithathu emifushane enikezela inkulumo ephelelele ecacile eyayiyingxenye yohlu lomsebenzi kamoya kaPawuli

Ekukhuthaleni, ningabi ngamavila.

Nivuthe emoyeni.

Nikhonze iNkosi.

Ziningi izindlela zokuletha kwizilimu ezihlukene ukubaluleka kwamazwi ahlungwa nguPawuli. Bheka kulamahumusho, bese ubambisise indlela ongawasebenzisa ngayo kowakho umsebenzi kamoya embusweni kaNkulunkulu. (Sizobheka ngamahumusho esiNgisi nesiZulu).

ESVdo not be slothful in zealbe fervent in spiritserve the Lord
NKJVnot lagging in diligencefervent in spiritserving the Lord
NIVnever be lacking in zealbut keep your spiritual fervourserving the Lord
CSBdo not lack diligence in zealbe fervent in the Spiritserve the Lord
NASBnot lagging behind in diligencefervent in spiritserving the Lord
AZVnot holding back eagernessenthusiastic in spiritslaving for the Lord
IsiZulu 2020ekukhuthaleni ningabi ngamavila. nivuthe emoyeni.       nikhonze iNkosi.
IsiZulu 1959ekukhuthaleni ningenqeninivuthe emoyeninikhonze iNkosi