True Faith makes a difference
Incwadi kaJakobe ikhombisa ngobufakazi ubukhulu boshintsho ukholo lweqiniso olululethayo empilweni yomzalwane.
KuJakobe isahluko 2, ufundiswa ukuthi ukholo lweqiniso lwenza umehluko omkhulu kwindlela ophatha ngayo abantu ebandleni iviki ngalinye (2:1-7).
ngaphezulu kwalokho, ukholo lweqiniso futhi lwenza umehluko kwindlela ocabanga ngayo ngawe uma uqhathaniswa nabenzi bobubi emphakathini (2:8-12) nendlela ukholo lweqiniso luzohlezi luncikana nesihe (2:13).
Ukholo lweqiniso lwenza umehluko, ngoba, yilokho ukholo lweqiniso elikwenzayo (2:14-20)! kwakuyiqiniso kubazalwane besikhathi sakudala (2:21-25, futhi kulula ngempela ukukuqonda (2:26).
Ukholo lweqiniso lwenza umehluko. Ngakube ukholo lwakho lufile noma luyaphila?
