Ukholo lweqiniso lwenza umehluko (ingxenye yoku-1)

True faith makes a difference

Incwadi kaJakobe iveza ngobufakazi ukuthi lukhulu kangakanani ushintsho ukholo lweqiniso olululethayo empilweni yomzalwane.

KuJakobe isahluko 1, ushintsho olulandelayo luyafakazeleka:

Ukholo lweqiniso lwenza umehluko kwindlela esibhekana ngayo nezingqinamba zempilo (1:2-4).
Ukholo lweqiniso lwenza umehluko kubuhlakani obuphokophelayo (1:5-8).
Ukholo lweqiniso lwenza umehluko kwindlela obuka ngayo ingcebo noma ukuswelakala kwayo (1:9-11).
Ukholo lweqiniso lwenza umehluko  kwindlela esiqonda ngayo ukugqilazwa yisono (1:12-15).
Ukholo lweqiniso lwenza umehluko  wokuthi zamukelwa nganjani izibusiso zasemhlabeni (1:16-18).
Ukholo lweqiniso lwenza umehluko wokuthi kuliwa kanjani nesono ngeZwi (1:19-27).

Yiba ‘ngumenzi’ owenzayo, laphoke nawe futhi uzoba isibusiso ohambeni lwakho loBukhrestu ( 1:25).

Scroll to Top