Lokhu kubhalelwe abantwana bonke- uma unomzali, lokhu okwakho. Uma unomntwana, idlulisele kuyena.

Indodana noma indodakazi ehlakaniphile ibhekana kanjani nomzali wayo?

Ngokwe Zaga, incwadi kaNkulunkulu equkethe ukuhlakanipha, umntwana ohlakaniphile uzo:

  • yilalela, angayideleli imiyalelo yomzali wakhe (IZaga 13:1; IZaga 20:20; IZaga 30:17)
  • langazelela ukujabulisa umzali wakhe, kakhulukazi, ngokuthi agweme abangani abayihlazo (IZaga 28:7)
  • ngabantshontsheli abazali bakhe (IZaga 28:24)
  • bahlonipha nasebudaleni babo (IZaga 23:22)
  • ngadicileli amandla abo phansi (IZaga 29:3)

Umcabango ongadlinza ngawo: Ngakube ungumuntu ohlakaniphile noma oyisiwula kubudlelwano bakho nabazali bakho?