IZaga 30:5a zisho lokhu: Wonke amazwi kaNkulunkulu ahloliwe IZaga 30:5a ( Zulu bible 2020 version) “Ahloliwe”, ukuhumushwa ngaleligama isiphetho nje somsebenzi wokucubungulwa kolimi olucacile. Isithombe esisobala esisinikezwa wumqondo lapho kususelwa khona leligama elihumushwe ngokuthi “Ahloliwe”yileso sokucibilikiswa ngokushisa okukhulu kwetshe elimbiwa phansi elinamaminerali (i-ore) ukuba likhiphe igolide noma isiliva elihlanzekile lenani
Just Exactly How Right Is God?
Proverbs 30:5a says this: Every word of God proves true Proverbs 30:5a “proves true” is, however, merely the conclusion of a very vivid language study. The vivid picture behind the word translated as “proves true” is that of smelting ore to produce a more pure form of the valuable silver