Emotional Prayers Imizwa kumele ivele ngakanani kwimikhuleko yethu? Abanye abazalwane bayachiphiziswa yimicabango emincanyana nje yomusa kaNkulunkulu kubona, abanye abazalwane banganginya incwadi ye-Systematic Theology yonke kungehli ngisho unyembezi. Noma kunjalo, zombili lezinhlobo zabazalwane kungenzeka zithinteke ngokulinganayo yiqiniso elimsulwa lokuba sesimweni esilungile noNkulunkulu. Ngokungangabazeki imikhuleko yethu iyindlela ebonakalayo yokudalula indumiso ngokoqobo nangokwemizwa.
Emotional Prayers
How much emotion should characterise our prayers? Some saints weep at the slightest thought of God’s grace to them, while other saints can swallow a systematic theology book without as much as a visible tear. Yet, both saints might well be equally affected by the solemn truth of being right
Ukwelulekwa- incasiselo kafushane
Counselling in a Nutshell Yini Ukwelulekwa okuya ngokweBhayibheli futhi kungani amabandla Amakhrestu ekugqugquzela kangaka? Incasiselo yokwelulekwa okuya ngokweBhayibheli Mhlawumbe incasiselo emfushane kakhulu yokwelulekwa okuya ngokweBhayibheli iyanikezelwa lapha ku 1 kwabaseThesalonika 5:14 . Bazalwane, siyanikhuthaza futhi niwayale amavila; duduzani abajabhileyo, nisekele ababuthakathaka, futhi nibabekezelele bonke. 1 kwabaseThesalonika 5:14 Ukwelulekwa okuya ngeBhayibheli
Counselling in a Nutshell
What is Biblical Counselling and why do Christian churches make such a big deal of it? Description of Biblical Counselling Perhaps the shortest description of Biblical Counselling is illustrated in 1 Thessalonians 5:14. we urge you, brothers, admonish the idle, encourage the fainthearted, help the weak, be patient with them all.
Ungaculi ngobuso obudabukisayo
Don’t sing with a sad face Ukucula nobuso obudabukisayo kunjengokuzama ukukhotha indololwane—akwenzeki. Kuyiqiniso ukuthi akusiye wonke umuntu oveza intokozo engaphakathi kuye ngendlela efanayo, futhi kuyiqiniso ukuthi sidumisa uNkulunkulu nangaphansi kwezimo zempilo eziphula inhliziyo, kodwa uma sithatha isinqumo sokuculela uNkulunkulu, ubuso bethu abukwazi ukudabukisa. Selokhu kwathi nhlo, ukucula njengendlela yokudalula ukukhonza
Don’t Sing with a Sad Face
Singing with a sad face is like trying to lick your elbow—it just isn’t really possible. It is true that not every person exudes their inner joy in equally expressive ways, and it is true that we worship God in the heart-breaking troubles of life too, but when we choose
Umkhuleko wokubhekana nesimo sokudlulelwa umuntu osondelene naye
A prayer for Bereavement Ukudlulelwa ngumuntu yisisho esihloniphisayo esiveza ukuba ngaphansi kobuhlungu obunzima lapho umuntu othile osondelene naye eshonile. Amazwi ayasiphelela lapho sishonelwe ngumuntu esimuthandayo. Imikhuleko yethu kuleyomizuzu yokuqala yobuhlungu bokushonelwa ibukeka inzima ukuyiphimisela ngamagama. Kodwa yilaphoke la uMoya kaNkulunkulu ngeZwi Lakhe esinikezela amazwi esiwafisayo ngalendlela. Yize noma ingekho isampuli
A Prayer for Bereavement
Bereavement is the nice word for the intense loss felt when someone close to you has died. Words fail us when at the death-bed of a loved one. Our prayers in those initial moments of bereavement seem equally impossible of verbal expression. But that is where the Spirit of God
Ukusabalalisa izindaba ezithusayo ezingasekelekile- inkulumo wonke umkhrestu okumele ayiqonde
Fear mongering- a word every christian need to understand Uzwa ifoni yakho ikhala uthi uma ubheka kunomyalezo ongenayo. Uwufunde umyalezo okuxwayisa ngesimo esingase senzeke esisabisayo. Lomyalezo uvela kumngani olungile, umyalezo uqukuthe okubalulekile impela, bese uyabona ukuthi nabaningi onabo kuma-contacts akho kumele bekwazile lokhu. Ngakho-ke masinyane kwi-app ukhetha i-option yokudlulisela phambili
Fear-Mongering—A Word Every Christian Needs to Understand
You hear your phone ring out it’s message-notification chime. You read the message warning you about some fearful possibility. It comes from a good friend, it is highly relevant, and you realise that many of your phone contacts should know about this too. So you quickly tap the forward options