The Ancient of Days
Kathathu encwadini kaDaniyeli 7 uNkulunkulu ubizwa “NgoMdala Wezinsuku”. Lesisisho sihlanganisa iphakade likaNkulunkulu esikhathini esesadlula kanye nokuhlakanipha Kwakhe okuphelele ukufaneleka ukwahlulela umhlaba.
Ngisabheka,kwahlala omdala wezinsuku;
izambatho zakhe zazimhlophe njengeqhwa,
izinwele zekhanda lakhe zinjengoboya bezimvu obuhlanzekileyo;
isihlalo sakhe sobukhosi sasingamalangabi omlilo,
Umnonjana womlilo wavela,amasondo aso engumlilo ovuthayo.
waphuma phambi kwakhe;
izinkulungwane zenkulungwane zazimkhonza,nezinkulungwane eziyishumi zezinkulungwane eziyishumi zazimi ngaphambi kwakhe;
zazimi ngaphambi kwakhe;kwahlala abahluleli,Izincwadi zavulwa.
Daniyeli 7:9-10
Leligama liphinde liqinisekise ukuthi uNkulunkulu Nguye ophethe yonke imibuso esandleni sakhe aphinde anikezele umbuso waphakade kwizithunywa Zakhe ezikhethiwe.
“Ngabona emibonweni ebusuku; bheka, kwafika namafu ezulu onjengendodana yomuntu; yafika komdala wezinsuku, yasondezwa phambi kwakhe.Yanikwa ukubusa, nobukhosi, nombuso, ukuze bonke abantu, nezizwe, nezilimi bayikhonze; ukubusa kwayo kungukubusa okuphakade okungayikudlula, nombuso wayo yiwo ongayikuchithwa
Daniyeli 7:13-14
Lokhu kuyinduduzo enkulu kubangcwele. Omdala wezinsuku Nguye ozokwahlulela konke, ozobusa phezu kwemibuso yonke, futhi osebenzisa indima yakhe yokuba umahluleli kanye nokuba INkosi yokugcina ukubusisa abangcwele Bakhe.
Ngisabheka, lolo phondo lwalwa nabangcwele, lwabahlula, waze wafika omdala wezinsuku, abangcwele boPhezukonke banikwa ukwahlulelwa, kwafika isikhathi sokuba umbuso ube ngowabangcwele.
Daniyeli 7:21-22
“Omdala wezinsuku” igama likaNkulunkulu eliphakeme nelihlukile, ngangokuthi lisetshenziswe kuMahubo noma amaculo ethu ayintandokazi esiNgisi!
O Worship the King
O worship the King, all glorious above,
And gratefully sing His wonderful love;
Our Shield and Defender, the Ancient of days,
Pavilioned in splendor, and girded with praise.
O tell of His might, and sing of His grace,
Whose robe is the light, whose canopy space;
His chariots of wrath the deep thunderclouds form,
And dark is His path on the wings of the storm.
Frail children of dust, and feeble as frail,
In Thee do we trust, nor find Thee to fail;
Thy mercies how tender! how firm to the end!
Our Maker, Defender, Redeemer, and Friend.
Immortal, Invisible
Immortal, invisible, God only wise,
In light inaccessible hid from our eyes,
Most blessed, most glorious, the Ancient of Days,
Almighty, victorious, thy great Name we praise.
Unresting, unhasting, and silent as light,
Nor wanting, nor wasting, thou rulest in might;
Thy justice like mountains high soaring above
Thy clouds which are fountains of goodness and love.
Great Father of Glory, pure Father of Light,
Thine angels adore thee, all veiling their sight;
All praise we would render; O help us to see
‘Tis only the splendor of light hideth thee!