Akukho ukubonga uma seliphelile ithuba
Kunamazwi ake akhulunywe ngabazali noma abantu ababalulekile ezimpilweni zethu maqondana nokudlulisa ukubonga nokubazisa. Kwesinye isikhathi akhulunywa ngumuntu odlulisa ukubonga kulowo…
Kunamazwi ake akhulunywe ngabazali noma abantu ababalulekile ezimpilweni zethu maqondana nokudlulisa ukubonga nokubazisa. Kwesinye isikhathi akhulunywa ngumuntu odlulisa ukubonga kulowo…
Kwizikhathi zokukhathazeka lapho kufika khona inqwaba yemibuzo engapheli emiqondweni yethu, okutholakala ukuthi ayikho impendulo esobala, uMbhalo wona uhlezi unempendulo eqinisekile.
UMphostoli uPawuli wazigcina enonembeza omsulwa emsebenzini wokushumayela ivangeli ngokuqinisikesa ukuthi ushumayela iqiniso likaNkulunkulu ( 2 KwabaseKhorinte 2:17), iqniso eliphelele likaNkulunkulu
Uma sicabanga ngezidingo eziphuthumayo sicabanga amaphoyisa, ama-ambulensi, kanye nonogada abahlomile, nezinye izinto. Isizathu esenza sicabange ukuthi lezi izidingo eziphuthumayo ukuthi
UNkulunkulu unamandla onke awadingayo ukwenza lokho Athanda ukukukwenza. UNkulunkulu akakaze wadikibaliswa ukuhluleka noma ukushoda kwezindlela zokuphumelelisa izinhloso Zakhe. Kepha uNkulunkulu
IHubo 139 lingelinye eliyintandokazi yesikhathi sonke kumakholwa amaningi. Lingu bufakazi obumangalisayo kuNkulunkulu wethu esingena kufinyelelwa kuye ngomqondo womuntu kepha unobudlelwano
Kathathu encwadini kaDaniyeli 7 uNkulunkulu ubizwa “NgoMdala Wezinsuku”. Lesisisho sihlanganisa iphakade likaNkulunkulu esikhathini esesadlula kanye nokuhlakanipha Kwakhe okuphelele ukufaneleka ukwahlulela
“Kungani ukhonza uNkulunkulu?” ngokwa makholwa, lokhu akusiwo umbuzo onzima ukuwuphendula. Umbuzo onzima ukuthi “ Uqala kuphi ukuphendula?!” kubukeka engathi IHubo
Kepha masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.