Ngakube impilo yomuntu ophilayo incike kumuntu oseshonile na?_1
Isikhathi esiningi inkulumo “izinto zami noma zakhe” imataniswa noma kusuke kushiwo ubudlelwano bomuntu nobe”dlozi” lakhe, (noma umuntu wakubo osedlulile empilweni…
Isikhathi esiningi inkulumo “izinto zami noma zakhe” imataniswa noma kusuke kushiwo ubudlelwano bomuntu nobe”dlozi” lakhe, (noma umuntu wakubo osedlulile empilweni…
Kunenkulumo eyinkinga kakhulu, esusa ngisho nomsindo uma ike yaphathwa. Lenkulumo seyenze ukuthi abantu abangakholwa bazonde abantu abaziwa njengokuthi “osindisiwe”. Ngenxa
Alukho uhlobo lwesono uNkulunkulu angaluzondi. Ukusebenzisa imizimba yethu ngokungafanele akusali ngaphandle. Akazondi kuphela isono, kodwa nezoni uqobo lwazo (Amahubo 5:5)
Ngokuba lokhu kuyintando kaNkulunkulu, ukungcweliswa kwenu, ukuba nidede ebufebeni;ukuze yilowo nalowo kini azi ukuthi angasiphatha kanjani isitsha sakhe ngobungcwele nangodumo;kungabi
Amaqiniso amabili esesikhulume ngawo ekumele siwazi ngemizimba yethu azosisiza siphunyule noma singangeni ogibeni lokunikela imizimba yethu budedengu ocansini yilawa: “Umzimba
“Umzimba wami, ilungelo lami” isiqubulo lesi esenza umonakalo omkhulu kunokuba sikhuthaze ukulunga. Ziningi izinhlangano emhlabeni wonke ezikhuthaza abantu ngalesisiqubulo ngenhloso
Ucansi into enhle uNkulunkulu ayenzele ukuba ithokozelwe ngowesilisa nowesifazane emshadweni, ngaleyondlela nokuba khona kwabantwana kuyingxenye yabo lobubuhle. Kodwa ukusentshenziswa komzimba
Kulokhu kuphila kunezinto eziphakeme kakhulu kunengqondo yomuntu. Okungeke kwabakhona namunye kubantu bonke ongakwazi ukuchaza ukuthi zenzeka kanjani(UMshumayeli 3:11). Kodwa uma
Siphila esikhathini lapho impakamo nengcebo kuyikona osekunikezela incazelo “yempilo enhle”. Kodwa, iZaga 16:18 ziyaqinisekisa ukuthi impakamo ayimholeli umuntu kwimpilo engcono,
Inhlupheko noma ukweswela yinto elusizi kakhulu. Uma uyazi uyabazi ubuhlungu bento engikhuluma ngayo. Ukungabi nalutho ungazi uzothatha ini uyihlanganise nani