Bonga
Kunomehluko ukubonga kanye nokuhambisa ukubonga. Omunye engasho ngomlomo athi “ngiyabonga” ebe engakuqondile. Kanjalo omunye engasho ukuthi “ngigcwele ukubonga” ebe ekuphika…
“Kungani ukhonza uNkulunkulu?” ngokwa makholwa, lokhu akusiwo umbuzo onzima ukuwuphendula. Umbuzo onzima ukuthi “ Uqala kuphi ukuphendula?!” kubukeka engathi IHubo
Kepha masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.
Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu. Ngokuba Yena usuthise umphefumulo olangazelelayo, nenhliziyo elambileyo wayigcwalisa ngokuhle. Amahubo 107:8-9 Ukube
Amadoda nabesifazane abanesibindi bangabantu abahlonipha uhlu oluthile lwezinto ezibalulekile futhi abaphila ngeqoqo lemigomo ethize eshiwo ngokucacile. Amavaka azazisa wona kuphela
Baningi kakhulu abantu emlandweni uwonke ababe negalelo elihle empilweni nasezimpilweni zabantu. Okungenxa yabo kubekhona ushintsho ezimpilweni zabanye abantu. Ngokunjalo nasemakhaya
Kwincwadi ngokukaJohane 8:2-11 uJesu usho lamazwi “Ongenasono phakathi kwenu makabe ngowokuqala ukumkhanda ngetshe.” Ngokujwayelekile Amakrestu, noma-ke labo abazibiza ngaMakrestu bayathanda
Kusukela evesini elifishane ngaloludaba (ekaJakobe4:7), kuya emigomweni yonke esingayilandela ngempi kamoya (Efesu 6), iBhayibheli lisinikeza konke okufanele sikwazi ngamandla obumnyama
Uma umuntu esedlulile emhlabeni akasenasabelo kulokho okwenzeka ngaphansi komthunzi welanga (Umshumayeli 9:5-6). Okwesibili, uma umuntu esedlulile emhlabeni, akazilawuli lapho ekhona,
Sifundile ngokuthi asebedlulile abaseyiyo ingxenye yakho konke okwenzeka ngaphansi komthunzi welanga. “abasenaso isabelo nanini kukho konke okwenziwa phansi komthunzi welanga…”.