A Weekly Plan for Godliness – Tuesday
nokho zejwayeze ukumesaba uNkulunkulu, ngokuba ukuvocavoca umzimba kusiza kancane, kodwa ukwesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, futhi kunesithembiso kulokhu kuphila nakulokho okuzayo.
1KuThimothewu4:7b-8
ULwesibili: GCINA UMTHETHO OTHILE
Ungazishayi ohlakaniphileyo emehlweni akho;mesabe uSimakade, uqhele ebubini.
IZaga3:7
- Bheka umyalelo eBhayibhelini ongawgcini nhlobo, noba okunzima ukuwugcina, noma osuwushaye indiva isikhathi eside. Uma ungekho umyalelo ongokweBhayibheli ongafiki emqondweni wakho masinyane, bheka kuEfesu 4 no 5, KwabaseROma 12, noma kuThithu 2. Khetha umyalelo ohambelana nenamhlanje, futhi lowo olingekayo ukuthi unyathele ngeiznyawo bese kunokwenze njalo, lalela ngokuthobeka INkosi uNkulunkulu wakho.
- Thandaza ucele uNkulunkulu akuxolele ukwehluleka kwakho okudlule ukulalela umyalelo wakhe.
- Khulekela umusa kaNkulunkulu ukuba ukwazi ukulalela lowo myalelo akukhathaleki kunzima kanjani.
