The second coming of Jesus

kunjalo noKhristu, esenikelwe kanye ukuba athwale izono zabaningi, uyakubonakala ngokwesibili ngaphandle kwesono kulabo abamlindeleyo, kube ngukusindiswa.

kumaHebheru 9:28

Umbuzo olula namhlanje: “Ngakube ukulangazelele ukubuya kukaKhristu?”

Ngokujwayelekile wukulangazelela ubulungiswa kulomhlaba ogcwele inkohlakalo okugqugquzela imikhuleko yokubuya kukaKhristu. KumaHebheru 9:28 sithola isizathu esihlukile. UKhristu uzobuya, impela, ukuletha ukwahlulela emhlabeni, kodwa kuqala, Uzo sindisa labo abalindele Yena ngentshiseko.

Inkohlakalo izohlulelwa, kodwa okuqhakambile kakhulu kumaKhristu ukuthi amakholwa azopheleliswa.

Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kepha akukabonakali esiyakuba yikho. Siyazi ukuthi, nxa ebonakaliswa, siyakuba njengaye, ngokuba siyakumbona njengokuba enjalo.

1 ekaJohane 3:2

Ukulangazelele ukubuya kukaKhristu? Ngakube uma uvuka ikhanda lakho uliphakamisa ngokuthi “ Woza, Nkosi Jesu!” (Isambulo 22:20)?