God delight in you when….

Ngakho-ke nakuba sisekhaya [kunye neNkosi] noma sehlukene nalo [sisaphila kulomhlaba], siphokophele ukuba ngabathandekayo kuye

2 kwabaseKhorinte5:9

UNkulunkulu wambulile ukuthi amakholwa angaba kanjani yintokozo Kuye. Kwenze umgomo wakho ukujabulisa uNkulunkulu.

Nansi Imisebenzi Emine Ethokozisa uNkulunkulu yempilo yakho yonke.

  1. UNkulunkulu uyathokoza lapho abangcwele bekhuleka Kuye, Izaga 15:8; U-Izaya 66:2b
  2. UNkulunkulu uyathokoza lapho abangcwele bemesaba Yena
    Ihubo147:11a. Bona neZaga 8:13 kanye neHubo 112:1
  3. UNkulunkulu uyathokoza lapho abangcwele bethemba Kuye
    Ihubo147:11b
  4. UNkulunkulu uyathokoza lapho abangcwele bemlalela Yena
    1 Samuweli l 15:22

Ngokwendlela emiswe ngayo kwiKhathekizimu yaseHieldelberg,
Umbuzo: Yini umgomo osabala womzalwane wonke?
Impendulo:Umgomo osabala womzalwane ukuthokozisa uNkulunkulu.

Siyaninxusa, sinigqugquzela eNkosini uJesu,
ukuba njengalokhu nakwamukela kithi ukuthi nifanele niziphathe futhi nimthokozise kanjani uNkulunkulu,
njengalokhu nivele nenza kanjalo , kuthalani-ke kakhulu ukwenza lokho

1KwabaseThesalonika 4:1